[Lyrics] Blaq Diamond – QOMA Ft. Big Zulu & Siya Ntuli Lyrics

Lyrics
Yelelele (Yeah)
Oh we mama
Sweety my lavoh, yeah
Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona (Oh sthandwa sam’)

Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)

Heh ngithi qoma ntombi ngish’ ukudla kwebhodw’ ang’sakwazi
Iphelil’ imali yam’, iphelil’ ama take-away (Heh)
Ngithi qoma ntombi ngish’ ukudla kwebhodw’ ang’sakwazi
Iphelil’ imali yam’, iphelil’ ama take-away
Masufun’ umaqondana, ungikhumbule nami
Ngizok’thengel’ i-perfume ebizayo
Masufun’ umaqondana, ungikhumbule nami (Ungikhumbule)
Ngizok’thengel’ i-perfume ebizayo
Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)
Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)
Aw’, eshu ntombi, kunini ngagcin’ ukuzwa umama ekhaya ekikiza? (aw’ weh)
Kunini, ngagcin’ uk’bona umakoti ebalen’ ephithiza? (aw’ weh)
Kodwa ubaba utshela abantu ukuthi nje mina ng’yathithiza
Awu, qoma ntombi, awu qome
Ngubo ziyabanda, ng’yak’vumel’ ekhaya ushikishe (aw’ yeh)
Inkomo zigcwel’ isibaya (Aw’ yeh)
Mina eGoli ng’dlal’ utshwala (Aw’ wentombi)
Kekh’ oyol’vusa lelikhaya (uzizizwele mama)
Hay’ ubaba uyakhala, kuthani na?
Zulu liyana le makhaya
Aw’, ntamba zakithi z’lel’ is’thwathwa
Aw’, ntombi liyash’ ikhaza
Aw’ inkomo zakithi zigcwel’ isibaya (aw)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)
Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa weh? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona ntombi (Oh sthandwa sam’)
Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona (Oh sthandwa sam’)
Aw’qome ntombi k’nini mina ngilala ngedwa? (Oh sweet, my love)
Ekhaya bayojabula mabek’bona (Oh sthandwa sam’)
Ubongifaka ma!
Ngifake lavo!
Oh, ikhaya lami!
Ngihlala ngikhala kude, ngingedwa ekhaya lami!
Bojabul’ ubaba nomama ekhaya

Click to Comment

Leave a Reply

.

Designed by Admalic Inc.  BMB © 2024.

I need help with…